ilembe leqa amanye amalembe ngokukhalipha
Yini ilembe? Ilembe meaning?
1. ilembe igeja noma ikhuba ufaniswe nelibukhali kunamanye amageja kusetshenziswe isingathekiso(metaphor) kulelibinzana
2.Ilembe uhlobo lwembazo thizeni naye babemfanisa nayo ngobukhali ngoba naye wayebukhali ngasempini
3. Ilembe - imbazo
Ukukhalipha - ukubalukhali
Manje ke makuthiwa Ilembe leqa amanye amalembe ngokukhalipha Kusho ukuthi imbazo ebukhali kunazo zonke. ngokwami ukucabanga
Ngokusolwazi Sibusiso Nyembezi, encwadini ayibhala ethi 'Izibongo Zamakhosi', uthi igama elithi 'ilembe' lisho igeja Noma ikhuba
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |